UEksodusi 23:29 - Contemporary Zulu Bible 202429 Kangiyikubaxotsha phambi kwakho ngomnyaka owodwa; funa izwe libe yihlane, izilo zasendle zande phezu kwenu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE29 Angiyikubaxosha phambi kwakho ngomnyaka owodwa, funa izwe libe yihlane, izilwane zasendle zikwandele. Gade chapit laIsiZulu 202029 Angiyukuzixosha phambi kwakho ngonyaka owodwa; uma ngingenza kanjalo, izwe liyosala dengwane, kuthi izilwane zasendle zibe ziningi kunawe. Gade chapit la |