Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Uma umuntu eboleka into kumakhelwane wakhe, ilimale noma ife, umniniyo engekho kuye, kumelwe nakanjani ayikhokhise.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “Uma umuntu etsheleka impahla yomunye, bese yilimala noma ifa, umniniyo engekho, nayo uyakuyikhokha nokuyikhokha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 “Uma umuntu eboleka isilwane komunye umuntu bese leso silwane siyalimala noma sife umniniso engekho, uyakukhokhelwa ngokugcwele.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:14
11 Referans Kwoze  

Nansi indlela yokukhululwa: Yilowo nalowo otshelekayo oboleka umakhelwane wakhe uyakumkhulula; akayikufuna kumakhelwane wakhe noma kumfowabo; ngoba kuthiwa yinsindiso kaJehova.


Obulala isilwane uyakusilungisa; isilwane ngesilwane.


Umnikazi womthombo kumelwe awulungise, anike umnikazi wawo imali; lesilwane esifileyo sibe ngesakhe.


Kepha thandani izitha zenu, nenze okuhle, nitsheleke ningathembi lutho; umvuzo wenu uyakuba mkhulu, nibe-ngabantwana boPhezukonke, ngokuba yena unomusa kwabangabongiyo nababi.


Khona-ke kuyakuba khona isifungo seNkosi phakathi kwabo bobabili, ukuthi akenzanga isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakuyithokozisa, angayikhokhi.


Muphe ocela kuwe, ungamfulatheli ofuna ukuboleka kuwe.


Omubi uyaboleka angabuyiseli, kepha olungileyo uhawukela, uyapha.


Kwakukhona nabathi: “Saboleka imali yentela yenkosi, nangemali yamasimu ethu nezivini zethu.”


Uma idweshulwe yaba yizicucu, kumelwe alethe njengobufakazi, futhi ngeke ayilungise into edweshuliwe.


Kodwa uma umnikazi wayo ekhona, akanakuyilungisa; uma kuyimali eqashiwe, ize ngenkokhelo yayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite