Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Khona-ke kuyakuba khona isifungo seNkosi phakathi kwabo bobabili, ukuthi akenzanga isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakuyithokozisa, angayikhokhi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 kuyakunquma isifungo sikaJehova phakathi kwabo bobabili sokuthi akasifakanga yini isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakusamukela isifungo, angayikhokhi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 isifungo phambi kukaSimakade yisona esiyakunquma phakathi kwabo ukuthi omunye akabanga nasandla empahleni yomunye. Umnini wesilwane uyakusamukela isifungo kungabi bikho sinxephezelo asitholayo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:11
10 Referans Kwoze  

Ngokuba abantu bafunga omkhulu kubo, nesifungo sokuqinisekisa singukuphela kwakho konke ukuphikisana.


funa ngisuthe, ngikuphike ngithi: Ungubani uJehova? ukuze ngingabi mpofu ngebe futhi ngisebenzise iGama likaNkulunkulu wami ngeze.


noma ethole obekulahlekile, aqambe amanga, afunge amanga ngakho; kuzo zonke lezi zinto umuntu azenzayo ngokona kuzo.


Uma umuntu ona, ezwe izwi lesiqalekiso, engufakazi, noma ebonile noma ekwazi; uma engakhulumi, uyakuthwala ububi bakhe.


Ungasakazi amahemuhemu; ungahlanganisi izandla nomubi ukuba ube ngufakazi ongalungile.


Uma isela lingatholwa, umninindlu kumelwe ayiswe kubahluleli ukuze kubonakale ukuthi akazange yini athinte impahla yomakhelwane wakhe.


Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma yisiphi isilwane ukuba asigcine; futhi iyafa noma ilimale noma iqhutshwe, kungekho muntu oyibonayo.


Uma yebiwe kuye, kumelwe abuyisele umnikazi wayo.


Ngiyakucebisa ukuba ugcine umyalo wenkosi, nalokhu mayelana nesifungo sikaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite