Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Uma inkabi isunduza isigqila noma incekukazi; kumelwe anike inkosi yabo amashekeli angamashumi amathathu esiliva, futhi inkabi kumelwe ikhandwe ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Uma inkabi iqhubukusha isigqila noma isigqilakazi, uyakunika inkosi yaso amashekeli* angamashumi amathathu esiliva, inkabi ikhandwe ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Uma inkabi igwaze yabulala isigqila sesilisa noma sesifazane, umniniyo uyokhokhela umnini wesigqila amashekeli esiliva angama-30; inkabi ikhandwe ngamatshe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:32
9 Referans Kwoze  

Wasesithi kubo: Lizanginikani, njalo ngimnikele kini? Basebesenza isivumelwano laye ngenhlamvu zesiliva ezingamatshumi amathathu.


Kodwa wazenza ongeladumo, wathatha isimo senceku, waba ngomfanekiso wabantu;


Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.


Kungakhathaliseki ukuthi ushaye indodana noma indodakazi, kumelwe kwenziwe kuye ngokwalesi sahlulelo.


Uma umuntu evula umthombo, noma emba umthombo, angawusibeki, kuwele kuwo inkabi noma imbongolo;


Ngasithenga isiqinti kuHanameli indodana kababekazi owayese-Anathoti, ngamlinganisela imali, amashekeli ayishumi nesikhombisa esiliva.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite