Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Kepha uma inkabi ihlaba ngophondo, kwafakazelwa umniniyo, akayibambanga, kepha wabulala owesilisa noma owesifazane; inkomo kumelwe ikhandwe ngamatshe, nomnikazi wayo naye abulawe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Kepha uma inkabi ibizinge ihlaba nangaphambili, futhi lokhu kufakaziwe kumniniyo, engayigcinanga kodwa, inkabi isibulele owesilisa noma owesifazane, leyo nkabi yokhandwa, abulawe nomniniyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Uma inkabi ijwayele ukugwaza abantu, futhi nomniniyo exwayisiwe ngalokho, kodwa angayibophi, uma-ke ibulala owesilisa noma owesifazane, iyokhandwa ngamatshe, nomniniyo abulawe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:29
5 Referans Kwoze  

Futhi ngempela, igazi lempilo yenu ngizolibiza; esandleni sazo zonke izilwane ngiyakulibiza, nasesandleni somuntu; esandleni somfowabo ngamunye ngiyakufuna ukuphila komuntu.


Uma inkabi idwengula owesilisa noma owesifazane, baze bafe, inkabi kumelwe ikhandwe ngamatshe, inyama yayo ingadliwa; kodwa umnikazi wezinkomo uyokhululwa.


Uma ikhokhiswa isamba semali kuye, kumelwe akhiphe konke okubekwa phezu kwakhe kube yisihlengo sokuphila kwakhe.


Noma kwakwaziwa ukuthi inkabi ibihlaba ngaphambili, umniniyo akayibambanga; uyakuyikhokha impela inkabi ngenkabi; labafileyo bazakuba ngabakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite