Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Othuka uyise noma unina wobulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “Othuka uyise nonina wobulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 “Noma ngubani oqalekisa uyise noma unina kufanele abulawe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:17
11 Referans Kwoze  

Othuka uyise noma unina, isibani sakhe siyakucinywa ebumnyameni.


Uqalekisiwe okhanyiselwa nguyise noma ngunina. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


Kukhona isizukulwane esithuka uyise futhi esingabusisi unina.


Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina, amagwababa asesigodini ayakulihlwitha, amazinyane okhozi alidle.


Uma abantu bexabana, omunye ashaye omunye ngetshe noma ngesibhakela, angafi, kodwa athabathe uhlaka lwakhe;


Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


“Uma umuntu enendodana enenkani nehlubukayo engalaleli izwi likayise noma izwi likanina, noma eyilaya, engayikulalela;


Bonke abantu bomuzi wakubo bayakumkhanda ngamatshe, afe; khona-ke kumelwe ususe ububi ngaphansi kwakho; wonke u-Israyeli uyakuzwa, esabe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite