Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 18:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokuqinisekile uzokhathala, wena nalaba bantu abakanye nawe, ngoba le nto inzima kakhulu kuwe; awukwazi ukukwenza ngokwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uyakudinwa nokudinwa, wena nalaba bantu abanawe, ngokuba lokhu kuyakusinda; awunakukwenza uwedwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Uzozikhandla uzikhathaze wena nalaba bantu onabo, ngokuba lo msebenzi mkhulu kakhulu kunawe, awunakukwazi ukuwenza uwedwa.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 18:18
7 Referans Kwoze  

Ngokuba ngenxa yomsebenzi kaKristu wacishe wafa, engakukhathaleli ukuphila kwakhe, ukuze agcwalise ukusilela kwenu ekungikhonzeni.


Mina-ke ngiyakuthokozela kakhulu ukusebenzisa nokusetshenziswa ngenxa yenu; lanxa nginithanda kakhulu, ngithandwa kancinyane.


Wayesethi umukhwe kaMose kuye: “Ayiyinhle le nto oyenzayo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite