Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 16:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Bakubeka kwaze kwasa, njengalokho ebeyalile uMose; akunukanga, akwabakho zimpethu kukho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Bakubeka kwaze kwasa, njengalokho eyalile uMose; akunukanga, akwaba nampethu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Bakubeka kwaze kwaba sekuseni, njengalokhu uMose ayebayalile; akunukanga, futhi akuzange kube nezimpethu.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 16:24
3 Referans Kwoze  

Kepha abamlalelanga uMose; kepha enye yasala kukho kwaze kwasa, yazala izimpethu, yanuka; uMose wabathukuthelela.


UMose wathi ku-Aroni: “Thatha imbiza, ubeke kuyo imana, uyibeke phambi kukaJehova, igcinelwe izizukulwane zenu.


Wayesethi uMose: “Yidlani namuhla; ngoba namuhla kuyisabatha leNkosi; namuhla aniyikuyithola endle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite