Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 16:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Bakubutha ekuseni njalo, kwaba yilowo nalowo njengokudla kwakhe; kwathi ilanga selifudumala, yancibilika.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Bakubutha ekuseni njalo imihla ngemihla, kwaba yilowo nalowo muntu njengokudla kwakhe; kepha nxa ilanga selibalele, kwancibilika.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Njalo ekuseni kwaba yilowo nalowo wabutha ngangokwesidingo sakhe, kodwa lapho seliphakeme ilanga, kwakuncibilika.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 16:21
8 Referans Kwoze  

(Ngokuba uthi: Ngakuzwa ngesikhathi esamukelekayo, nangosuku lwensindiso ngakusiza; bheka, manje yiso isikhathi esihle; bheka, manje yilo usuku lwensindiso.)


UJesu wayesethi kubo: “Kuseyisikhashana ukukhanya kukini. Hambani nisenokukhanya, funa ubumnyama bunifikele, ngokuba ohamba ebumnyameni akazi lapho eya khona.


Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu lokulunga kwakhe; futhi zonke lezi zinto ziyakwenezelwa nina.


Cabanga ngoMdali wakho emihleni yobusha bakho, zingakafiki izinsuku ezimbi, ingasondeli iminyaka, uma uthi: Angithokozi ngayo;


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kepha abamlalelanga uMose; kepha enye yasala kukho kwaze kwasa, yazala izimpethu, yanuka; uMose wabathukuthelela.


Ngosuku lwesithupha babutha isinkwa esiphindwe kabili, amagomere amabili kumuntu munye; zonke izikhulu zenhlangano zeza zamtshela uMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite