Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 15:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Bafika e-Elimi, lapho kwakukhona imithombo eyishumi nambili nemithi yesundu engamashumi ayisithupha; bamisa khona ngasemanzini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Bafika e-Elimi, lapho kwakukhona imithombo eyishumi nambili yamanzi namasundu angamashumi ayisikhombisa; bamisa khona ngasemanzini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Bafika e-Elimu, lapho kwakukhona khona imithombo eyi-12 yamanzi, namasundu angama-70, bakanisa lapho ngasemanzini.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 15:27
7 Referans Kwoze  

Phakathi kwesitaladi sawo nangaphesheya komfula kwakukhona umuthi wokuphila, othela izithelo eziyishumi nambili, uthela isithelo sawo inyanga nenyanga, namahlamvu omuthi angawokuphulukisa imimoya izizwe.


Ngokuba iWundlu eliphakathi kwesihlalo sobukhosi liyakubalusa, libaholele emithonjeni yamanzi okuphila;


Basuka eMara, bafika e-Elimi; e-Elimi kwakukhona imithombo eyishumi nambili yamanzi namasundu angamashumi ayisithupha; bamisa khona.


Nangasemfuleni osebeni lwawo ngapha nangapha, zonke izihlahla ziyakumila zibe ukudla, ezimaqabunga ayo angabuni, nesithelo saso singashi; liyakuthela izithelo ezintsha njengezinyanga zalo, ngokuba amanzi alo aphuma endaweni engcwele, nesithelo saso sibe ngukudla, namahlamvu awo abe ngumuthi.


Ngakho niyakukha amanzi ngokuthokoza emithonjeni yensindiso.


Basuka e-Elimi, inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma kwabo ezweni laseGibithe.


Uyangilalisa emadlelweni aluhlaza; Ungiholela emanzini okuthula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite