Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 15:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngokuba ihhashi likaFaro langena elwandle nezinqola zakhe nabamahhashi bakhe, uJehova wabuyisela amanzi olwandle phezu kwabo; kepha abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo phakathi kolwandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngokuba amahhashi kaFaro angena elwandle kanye nezinqola zakhe nabamahhashi bakhe, uJehova wabuyisela amanzi olwandle phezu kwabo; kepha abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo ngaphakathi kolwandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Kwathi ukuba amahhashi kaFaro, nezinqola zempi yakhe, nabagibele amahhashi bangene olwandle, uSimakade wawabuyisela phezu kwabo amanzi olwandle, kodwa abantu bakwa-Israyeli badabula behamba emhlabathini owomileyo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 15:19
6 Referans Kwoze  

Ngokukholwa badabula uLwandle Olubomvu kungathi kusemhlabathini owomileyo;


Ihhashi lilungiselwe usuku lwempi, kepha ukuphepha kuvela kuJehova.


okhipha inqola, nehhashi, nempi, namandla; bayakulala phansi kanyekanye, abayikuvuka;


Ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu womisa amanzi aseJordani phambi kwenu, naze nawela, njengalokho uJehova uNkulunkulu wenu enza ngoLwandle Olukuyo owalomisa phambi kwethu, saze sawela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite