Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 13:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Isinkwa esingenamvubelo siyakudliwa izinsuku eziyisikhombisa; akuyikubonakala mvubelo kuwe, nemvubelo ayiyikubonakala kuwe kuzo zonke izindawo zakho zokuhlala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Isinkwa esingenamvubelo siyakudliwa izinsuku eziyisikhombisa; akuyikubonakala sinkwa esivutshelweyo kuwe, kungabonwa namvubelo ezweni lakho lonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Isinkwa esingenamvubelo siyodliwa izinsuku eziyisikhombisa; akukho mvubelo eyotholakala phakathi kwenu, futhi akuyukutholakala mvubelo kuyo yonke indawo yenu.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 13:7
6 Referans Kwoze  

Izinsuku eziyisikhombisa akuyikutholwa mvubelo ezindlini zenu; ngokuba yilowo nalowo odla okuvutshelweyo uyakunqunywa ebandleni lika-Israyeli, noma engowezizwe noma engowokuzalwa ezweni.


UJesu wasesithi kubo: Qaphelani liqaphele imvubelo yabaFarisi labaSadusi.


Ngakho-ke kasiwugcineni umkhosi, kungabi ngemvubelo endala, kungabi ngemvubelo yobubi nokubi; kodwa ngesinkwa esingelamvubelo sobuqotho leqiniso.


Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo; ngosuku lokuqala niyakukhipha imvubelo ezindlini zenu; ngoba wonke odla isinkwa esivutshelweyo kusukela osukwini lokuqala kuze kube lusuku lwesikhombisa, lowomphefumulo uzaqunywa kwaIsrayeli.


Izinsuku eziyisikhombisa akuyikubonwa imvubelo kuwe emikhawulweni yakho yonke; futhi akuyikusala lutho lwenyama oyihlabile kusihlwa ngosuku lokuqala kuze kube sekuseni.


Badla ngosuku olulandelayo emva kwephasika ukolweni wezwe, amaqebelengwane angenamvubelo nokolweni okuthosiwe ngalolo suku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite