Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 13:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, ngosuku lwesikhombisa kube nomkhosi kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, ngolwesikhombisa kube khona umkhosi kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Izinsuku eziyisikhombisa niyakudla isinkwa esingenamvubelo, kuthi ngosuku lwesikhombisa kube nomkhosi kaSimakade.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 13:6
6 Referans Kwoze  

Kepha izinsuku eziyisikhombisa niyakunikela ngomnikelo womlilo kuJehova; ngosuku lwesikhombisa kuyakuba ngumhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi kuyo.


Kumelwe ugubhe umkhosi wesinkwa esingenamvubelo. Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, njengalokho ngakuyala, ngesikhathi senyanga ka-Abibi; ngoba ngenyanga ka-Abibi waphuma eGibhithe.


Izinsuku eziyisithupha uyakudla isinkwa esingenamvubelo, ngosuku lwesikhombisa kube nomkhosi kaJehova uNkulunkulu wakho;


Abantwana bakwa-Israyeli ababekhona eJerusalema bawugcina umkhosi wesinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa ngokuthokoza okukhulu;


Badla ngosuku olulandelayo emva kwephasika ukolweni wezwe, amaqebelengwane angenamvubelo nokolweni okuthosiwe ngalolo suku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite