Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 13:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Akazange asuse insika yefu emini noma insika yomlilo ebusuku phambi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Insika yefu emini nensika yomlilo ebusuku ayisukanga ebusweni babantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Akayisusanga phambi kwabantu insika yefu emini nensika yomlilo ebusuku.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 13:22
9 Referans Kwoze  

Ngase ngibona enye ingelosi enamandla yehla ezulwini, yembethe ifu, kunothingo ekhanda layo, nobuso bayo bunjengelanga, nezinyawo zayo zinjengezinsika zomlilo;


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Ingelosi kaNkulunkulu eyaphuma phambi kwempi yakwa-Israyeli yasuka, yabalandela; insika yefu yasuka phambi kwawo, yema emva kwawo.


Ngosuku lokumiswa kwetabernakele ifu lasibekela itabernakele eliyitende lobufakazi;


Wabahola ngensika yefu emini; nasebusuku ngensika yomlilo ukubakhanyisela endleleni ababeyakuhamba ngayo.


Kepha awubashiyanga ngobuningi bobubele bakho ehlane; insika yefu ayizange isuke kubo emini ukubaqondisa endleleni; nensika yomlilo ebusuku ukubabonisa ukukhanya nendlela okufanele bahambe ngayo.


Futhi uJehova uyodala phezu kwayo yonke indawo yokuhlala yeNtaba iZiyoni naphezu kwamabandla ayo ifu nomusi emini nokukhanya komlilo ovuthayo ebusuku, ngoba phezu kwayo yonke inkazimulo kuyoba khona indawo yokucasha.


Ngoba ifu leNkosi laliphezu kwethabhanekele emini, lomlilo wawuphezu kwalo ebusuku phambi kwamehlo ayo yonke indlu kaIsrayeli ezinkambeni zabo zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite