Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 Benza kanjalo bonke abantwana bakwa-Israyeli; njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 Benza kanjalo bonke abantwana bakwa-Israyeli; njengalokho ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

50 Bonke abantu bakwa-Israyeli benza njengoba uSimakade ayebayalile ngoMose no-Aroni.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:50
21 Referans Kwoze  

Ngokuba ngaphandle kukhona izinja, nabathakathi, nezifebe, nababulali, nabakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nawabenzayo amanga.


Ningabangane bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Uma nazi lezizinto, nibusisiwe uma nizenza.


Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni.


nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe. Amen.


Konke engikuyala ngakho, nikwenze ngokucophelela;


Kwathi ekupheleni kweminyaka engamakhulu amane lamatshumi amathathu, ngalona lolosuku, wonke amabutho eNkosi aphuma elizweni leGibhithe.


Kepha uFaro akayikunilalela, ukuze ngibeke isandla sami phezu kweGibithe, ngikhiphe amabutho ami nabantu bami, abantwana bakwa-Israyeli, ngiphume ezweni laseGibithe ngezahlulelo ezinkulu.


Yilabo o-Aroni noMose uJehova asho kubo ukuthi: “Bakhiphe abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Ngokukholwa washiya iGibithe, engesabi ulaka lwenkosi, ngokuba waqinisela sengathi uyambona ongabonwayo.


Kumelwe kube munye umthetho kowokuzalwa ekhaya nakumfokazi ogogobele phakathi kwenu.


Kwathi ngalona lolo suku uJehova ekhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


UMose wayinika u-Aroni namadodana akhe imali yesihlengo njengezwi likaJehova, njengalokho uJehova emyalile uMose.


Abantwana bakwa-Israyeli benze njalo, babaxosha ekamu; njengalokho uJehova ekhulumile kuMose, benze njalo abantwana bakwa-Israyeli.


Ngamnika u-Aroni namadodana akhe amaLevi phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, abe yisipho kubantwana bakwa-Israyeli, benze inkonzo yabantwana bakwa-Israyeli etendeni lokuhlangana, benzele abantwana bakwa-Israyeli ukubuyisana. Kasikho isifo phakathi kwabantwana bakoIsrayeli, lapho abantwana bakoIsrayeli besondela endlini engcwele.


OMose no-Aroni nayo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli benza kumaLevi, njengalokho uJehova emyalile uMose ngamaLevi, benze njalo abantwana bakwa-Israyeli kuwo.


Ngasemuva amaLevi angena ukwenza inkonzo yawo etendeni lokuhlangana phambi kuka-Aroni naphambi kwamadodana akhe; njengalokho uJehova emyalile uMose ngamaLevi, benze njalo kuwo.


Bagcina iPhasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa ehlane laseSinayi; njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo abantwana bakwa-Israyeli.


Njengalokho uJehova emyalile uMose, enze njalo amadodakazi kaSelofehadi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite