Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 Kumelwe kube munye umthetho kowokuzalwa ekhaya nakumfokazi ogogobele phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Mawube munye umthetho kowokuzalwa ekhaya nakumfokazi ogogobeleyo phakathi kwenu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

49 Umthetho oyakubekelwa abozalo nabafokazi abagogobele phakathi kwenu uyakufana.”

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:49
9 Referans Kwoze  

Niyakuba nomthetho munye ngowonile engazi, kozelwe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, nakomfokazi ogogobele phakathi kwabo.


“ ‘Uma umfokazi egogobele phakathi kwenu, egcina iphasika kube yinkazimulo kaJehova; njengokwesimiso sephasika nangokwesiko lalo uyakwenza kanjalo; niyakuba nesimiso sinye kumfokazi nakowokuzalwa ezweni.


Niyakuba nomthetho munye kumfokazi nakowokuzalwa ezweni lakini, ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wenu.


Akakho umJuda namGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.


lapho kungekho khona umGreki nomJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe, umSkithe, isigqila noma okhululekile, kepha uKristu uyikho konke, ukubo bonke.


Benza kanjalo bonke abantwana bakwa-Israyeli; njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.


Kodwa umfokazi ohlala kini uzakuba kini njengowokuzalwa phakathi kwenu, njalo umthande njengalokhu uzithanda wena; ngoba naningabafokazi ezweni laseGibithe. NginguJehova uNkulunkulu wenu.


Le mizi eyisithupha iyakuba yindawo yokuphephela yabantwana bakwa-Israyeli, nakumfokazi, nakomfokazi phakathi kwabo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite