Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 11:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 INkosi yasibanika abantu umusa emehlweni amaGibhithe. Lowo muntu uMose wayemkhulu kakhulu ezweni laseGibithe emehlweni ezinceku zikaFaro nasemehlweni abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UJehova wabapha abantu umusa emehlweni abaseGibithe. Futhi lowo muntu uMose wayemkhulu kakhulu ezweni laseGibithe emehlweni ezinceku zikaFaro nasemehlweni abantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 USimakade wabenzela umusa abantu phambi kwabaseGibhithe. Ngaphezu kwalokho uMose uqobo wayeyindoda eqavileyo eGibhithe, naphambi kwezinceku zikaFaro, naphambi kwabantu.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 11:3
14 Referans Kwoze  

UJehova wabapha abantu umusa emehlweni abaseGibithe, babapha lokho abakucelayo. Futhi baphanga abaseGibhithe.


Futhi ngizonika laba bantu umusa emehlweni aseGibhithe, futhi lapho nihamba, ngeke nihambe nize.


Bheka, ngiyakubakhipha esinagogeni likaSathane, abathi bangamaJuda, bengesiwo, kodwa beqamba amanga; bheka, ngiyakubenza ukuba beze bakhuleke phambi kwezinyawo zakho, bazi ukuthi ngikuthandile.


Amadodana abakucindezelayo ayakuza kuwe ekukhothamela; bonke abakudelelayo bayakukhothama phambi kwamathe ezinyawo zakho; bayakukubiza ngokuthi uMuzi kaJehova, iSiyoni loNgcwele ka-Israyeli.


Futhi wabadabukela bonke ababebathumbile.


Kepha uJehova wayenaye uJosefa, wamhawukela, wamnika umusa emehlweni omlindi wetilongo.


UMose wafundiswa kukho konke ukuhlakanipha kwabaseGibithe, waba namandla ngamazwi nangezenzo.


Ngokuba uMoridekayi wayemkhulu endlini yenkosi, nodumo lwakhe lwaphumela ezifundeni zonke, ngokuba lowo muntu uMoridekayi waba mkhulu ngokuba mkhulu.


Nganginawe nomaphi lapho uya khona, ngachitha zonke izitha zakho phambi kwakho, ngakwenzela igama elikhulu njengegama labakhulu emhlabeni.


kuzo zonke izibonakaliso nezimangaliso uJehova amthuma ukuba azenze ezweni laseGibithe kuFaro nakuzo zonke izinceku zakhe nakulo lonke izwe lakhe,


Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu; futhi uzakuba yisibusiso.


Abantwana bakwa-Israyeli benza njengezwi likaMose; baboleka kwabaseGibithe izinto zesiliva nezinto zegolide nezingubo.


Kusukela ngaleso sikhathi akuvelanga mprofethi kwa-Israyeli njengoMose owamazi uJehova ubuso nobuso;


Ngalolo suku uJehova wamenza waba mkhulu uJoshuwa emehlweni abo bonke abakwa-Israyeli; bamesaba njengalokho babemesaba uMose zonke izinsuku zokuhamba kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite