Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 10:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Uma kungenjalo, uma wenqaba ukuba abantu bami bahambe, bheka, kusasa ngiyoletha isikhonyane endaweni yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba uma wenqaba ukuba abantu bami bahambe, bheka, ngomuso ngizakuletha isikhonyane ezweni lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Uma wenqaba ukuvumela abantu bami ukuba bahambe, kusasa ngizothumela isikhonyane ezweni lakho.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 10:4
15 Referans Kwoze  

Kwaphuma isikhonyane emsini, seza emhlabeni, saphiwa amandla anjengamandla ofezela bomhlaba.


Ngiyakunibuyisela iminyaka eyadliwa yisikhonyane, nezimpethu, nezinkumbi, nempethu, impi yami enkulu engayithuma phakathi kwenu.


Isikhonyane asinankosi, kepha siphuma sonke ngamaviyo;


Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiyakunisa isichotho esinzima kakhulu, esingakaze sibe khona eGibithe kusukela ekusekelweni kwalo kuze kube manje.


INkosi yasimisa isikhathi esimisiweyo yathi: Kusasa iNkosi izakwenza lokhu elizweni.


Ngizakwahlukanisa phakathi kwabantu bami labantu bakho; kusasa kuzoba yilesi sibonakaliso.


Wathi: “Kusasa.” Wathi: “Kuhamba njengokusho kwakho, ukuze wazi ukuthi akakho onjengoJehova uNkulunkulu wethu.”


OMose no-Aroni bafika kuFaro, bathi kuye: “Isho kanje iNkosi uJehova, uNkulunkulu wamaHeberu, ithi: Koze kube nini wenqaba ukuzithoba phambi kwami na? yekela abantu bami bahambe, ukuze bangikhonze.


Ziyosibekela ubuso bomhlaba, ukuze umuntu angaboni umhlaba; ziyakudla insali yokusinda kwenu esichothweni, zidle yonke imithi enihlumelayo endle;


Uyakuletha imbewu eningi ezweni, ubuthe okuyingcosana; ngoba iyakudliwa yisikhonyane.


Futhi ngithi kuwe: Yiyeke indodana yami ihambe, ingikhonze; uma wenqaba ukumyeka, bheka, ngiyakubulala indodana yakho, izibulo lakho.


OMose no-Aroni bangena, bathi kuFaro: “Isho kanje iNkosi, uNkulunkulu ka-Israyeli, ithi: Bavumele abantu bami bahambe, bangenzele umkhosi ehlane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite