Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 1:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Yonke imiphefumulo eyaphuma okhalweni lukaJakobe yayiyimiphefumulo engamashumi ayisikhombisa, ngoba uJosefa wayeseGibhithe kakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Bonke abantu abaphuma okhalweni lukaJakobe babe ngabantu abangamashumi ayisikhombisa; uJosefa wayeseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Sebebonke abaphuma okhalo lukaJakobe babengabantu abangama-70. UJosefa wayevele eseseGibhithe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 1:5
7 Referans Kwoze  

Oyihlo behlela eGibhithe namadoda angamashumi ayisithupha; manje uJehova uNkulunkulu wakho unenze ngangezinkanyezi zezulu ngobuningi.


UGideyoni wayenamadodana angamashumi ayisithupha esinqeni sakhe, ngokuba wayenabafazi abaningi.


Ngakho uNkulunkulu wabaphatha kahle ababelethisi, futhi abantu banda baba namandla kakhulu.


UJosefa wayesethuma wabiza uJakobe uyise, nezihlobo zakhe zonke, abantu abangamashumi ayisikhombisa nanhlanu.


uDani noNafetali, uGadi no-Asheri.


UJosefa wahlala eGibithe, yena nendlu kayise; uJosefa waphila iminyaka eyikhulu neshumi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite