Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 6:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 ukuba axoshe zonke izitha zakho phambi kwakho, njengokukhuluma kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 ukuxosha zonke izitha zakho phambi kwakho, njengalokho ekhulumile uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 ukuthi uzozixosha zonke izitha zakho phambi kwakho, njengalokhu ekhulumile uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 6:19
8 Referans Kwoze  

Uyakwenza okulungile nokuhle emehlweni kaJehova ukuba kukuhambele kahle, ungene ulidle izwe elihle uJehova alithembisa oyihlo ngesifungo;


Uma indodana yakho ikubuza kamuva ithi: ‘Buyini ubufakazi, nezimiso, nezahlulelo uJehova uNkulunkulu wethu akuyale ngakho na?


Ngiyakuthuma ingebhe yami phambi kwakho, ngibulale zonke izizwe oyakufika kuzo, ngenze ukuba zonke izitha zakho zikufulathele.


Ngizamisa imingcele yakho kusukela eLwandle lweSikefe kusiya eLwandle lwamaFilisti, kusukela enkangala kuze kufike eNayile; ngokuba ngiyakubanikela abakhileyo ezweni esandleni sakho; futhi kumelwe ubaxoshe phambi kwakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite