Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 6:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 nezindlu ezigcwele zonke izinto ezinhle ongazigcwalisanga, nemithombo eningayimbanga, izivini neminqumo eningayitshalanga; uma udla usuthe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 nezindlu ezigcwele zonke izinto ezinhle ongazigcwalisanga, nemithombo embiweyo ongayimbanga, nezivini neminqumo ongakutshalanga, nalapho udla usuthe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 izindlu ezigcwele zonke izinto ezinhle ongazigcwalisanga, imithombo embiweyo ongayimbanga, izivini neminqumo ongakutshalanga, uyodla futhi usuthe,

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 6:11
14 Referans Kwoze  

Kodwa uJesuruni wakhuluphala wakhahlela; ukhuluphele, ukhuluphele, ukhuluphele; wayesemshiya uNkulunkulu owamenzayo, wadelela iDwala lensindiso yakhe.


Abantwana bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaJehova, bamkhohlwa uJehova uNkulunkulu wabo, bakhonza oBali nezihlahla.


Ngiyakuthumelela izinkomo zakho utshani edlelweni lakho, udle, usuthe.


UmLevi (ngokuba akanasabelo nafa nawe), nomfokazi nentandane nomfelokazi abasemasangweni akho, bayakuza, badle, basuthe; ukuze uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wesandla sakho owenzayo.


“Uma uJehova uNkulunkulu wakho echitha izizwe ezizweni lazo uJehova uNkulunkulu wakho akunika zona, nizilandele, nihlale emizini yazo nasezindlini zazo;


Nganinika izwe eningalisebenzelanga, nemizi eningayakhanga, nahlala kuyo; izivini neminqumo eningayitshalanga niyadla.


Bathatha imizi eqinile nezwe elivundile, badla izindlu ezigcwele konke, imithombo embiweyo, nezivini, neminqumo, nemithi yezithelo ngobuningi; badla, basutha, bakhuluphala, bajabula ngobuhle bakho obukhulu.


Babanika amazwe ezizwe, badla ifa lokukhandleka kwabantu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite