Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 4:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 UMose wanquma imizi emithathu ngaphesheya kweJordani ekuphumeni kwelanga;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Khona uMose wahlukanisa imizi emithathu ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 UMose wehlukanisa imizi emithathu phesheya kweJordani ngasempumalanga

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 4:41
7 Referans Kwoze  

Futhi phakathi kwemizi eniyoyinika amaLevi, kumelwe kube nemizi eyisithupha yesiphephelo, eniyoyimisela umuntu obulele, ukuze abalekele khona; naphezu kwalokho niyakwenezela imizi engamashumi amane nambili.


ukuze umbulali abalekele khona, owabulala umakhelwane wakhe engazi, engamzondanga ngaphambili; ukuze abalekele komunye walemizi aphile.


Kumelwe uzibekele eceleni imizi emithathu ezweni lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle.


Ngakho ngiyakuyala ngithi: Zihlukanisele imizi emithathu.


Ungawususi umkhawulo womakhelwane wakho abawubekile efeni lakho kusukela ezikhathini zasendulo oyakulidla ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite