Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 4:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJehova wangiyala ngaleso sikhathi ukuba nginifundise izimiso nezahlulelo, ukuze nizenze ezweni enithuthela kulo ukulidla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJehova wanginika ngaleso sikhathi ukunifundisa izimiso nezahlulelo ukuba nizenze ezweni eningena kulo ukulidla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 USimakade wangiyala ngaleso sikhathi ukuba nginifundise izimiso nezehlulelo ukuze nizigcine ezweni enizongena kulo ukulidla.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 4:14
7 Referans Kwoze  

Lezi yizahlulelo okumelwe uzenze kubo.


Aniyikwengeza lutho ezwini enginiyala ngalo, futhi aniyikuthatha lutho kulo, ukuze nigcine imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu enginiyala ngayo.


Futhi wamemezela kini isivumelwano sakhe aniyala ukuba nisigcwalise, okungukuthi imiyalo eyishumi; waliloba ezibhebheni ezimbili zamatshe.


Ngakho zinakekeleni; ngoba anibonanga mfanekiso mhla uJehova ekhuluma kini eHorebe ephakathi komlilo.


Ngakho anogcina yonke imiyalo engikuyala ngayo namuhla ukuba nibe namandla, nithathe izwe eningena kulo ukulidla;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite