Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 32:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 Ufele entabeni okhuphukela kuyo, ubuthelwe kubantu bakini; njengalokhu umfowenu u-Aroni afela eNtabeni yaseHori, wabuthelwa kubantu bakubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 ufele kuleyo ntaba okhuphukela kuyo, ubuthelwe kubantu bakini, njengalokho u-Aroni umfowenu wafela entabeni yaseHori, wabuthelwa kubantu bakubo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

50 Uyofela kuleyo ntaba okhuphukela kuyo, ubuyele kwabakini, njengoba no-Aroni, umfowenu, afela entabeni iHori, wabuyela kwabakubo,

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 32:50
12 Referans Kwoze  

U-Abrahama wayesephuma umphefumlo, wafa esemdala, esemdala, esanelisiwe yizinsuku; wabuthelwa kubantu bakhe.


U-Aroni umpristi wenyukela entabeni yaseHori ngesiyalezo sikaJehova, wafela khona ngomnyaka wamashumi amane wokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli eGibithe ngolokuqala lwenyanga yesihlanu.


Kodwa wena hamba kuze kube sekupheleni, ngoba uzaphumula futhi ume esabelweni sakho ekupheleni kwezinsuku.


Kwathi uJakobe eseqedile ukuyala amadodana akhe, wabuthela izinyawo zakhe embhedeni, wafa, wabuthelwa kanye labantu bakhe.


Futhi yile minyaka yokuphila kuka-Ishmayeli, iminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa; wabuthelwa kubantu bakhe.


Kumelwe uye koyihlo ngokuthula; uzongcwatshwa usumdala.


UJehova wathi kuMose: “Bheka, izinsuku zakho zisondele ukuba ufe; wamemeza uJoshuwa, nimisa etendeni lokuhlangana ukuba ngimyale. OMose noJoshuwa bahamba, babangenisa etendeni lokuhlangana.


UMose inceku kaJehova wafela khona ezweni lakwaMowabi njengezwi likaJehova.


neNebo, neBali Mehoni, lapho amagama aguqukayo, neSibima; bayiqamba amanye amagama imizi abayakhayo.


Basuka eHashimona bamisa inkamba eMoseroti.


UJehova wayesethi kuMose: “Bheka, wena uyakulala koyihlo; lababantu bayakusukuma baphinge nonkulunkulu babafokazi bezwe abaya kulo ukuba bahlale phakathi kwabo, bangilahle, baphule isivumelwano sami engasenza nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite