UDuteronomi 32:47 - Contemporary Zulu Bible 202447 Ngoba kakusilo ize kini; ngokuba lokhu kungukuphila kwenu; futhi ngale ndaba niyakwandisa izinsuku zenu ezweni eniwela iJordani ukuyolidla. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE47 Ngokuba akusiyo into eyize kini; lokho kungukuphila kwenu, nangale nto niyakuzandisa izinsuku zenu ezweni eniwela iJordani ukuba ningene kulo ukulidla.” Gade chapit laIsiZulu 202047 Ngokuba leli lizwi alisiwo amampunge nje kini, lingukuphila kwenu; ngalawa mazwi niyokwandisa izinsuku zenu ezweni eniwela iJordani, ukuba nilidle.” Gade chapit la |