Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 32:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 UMose weza wakhuluma onke amazwi ale ngoma ezindlebeni zabantu, yena noHoseya, indodana kaNuni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 UMose wafika wakhuluma onke amazwi aleli hubo ezindlebeni zabantu, yena noJoshuwa indodana kaNuni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 UMose noJoshuwa, indodana kaNuni, wafika wakhuluma wonke amazwi aleli hubo kubantu bonke belalele.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 32:44
5 Referans Kwoze  

Lawa angamagama amadoda uMose awathuma ukuba ahlole izwe. UMose wabiza uHoseya, indodana kaNuni, ngokuthi uJoshuwa.


Owesizwe sakwa-Efrayimi: uHoseya indodana kaNuni.


UMose wawakhuluma amazwi ale ngoma ezindlebeni zayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli, yaze yaphela.


UMose waliloba lelihubo ngalona lolo suku, walifundisa abantwana bakwa-Israyeli.


UMose waqeda ukukhuluma onke lawa mazwi ku-Israyeli wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite