Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 32:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Akubekelwanga yini kimi, kwabekwa uphawu phakathi kwengcebo yami na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Lokho akubekelelwe kimina, kunamathelisiwe engcebeni yami na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Lokho akugciniwe yini kimi, kwavalelwa ezinqolobaneni zami, na?

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 32:34
10 Referans Kwoze  

Ububi buka-Efrayimi buboshiwe; isono sakhe sifihliwe.


Isiphambeko sami sivalelwe esikhwameni, wena wenza ububi bami.


Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;


Ngokuba noma ugeza ngodaka, uzithathele insipho eningi, nokho ububi bakho buphambi kwami, isho iNkosi uJehova.


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


Iwayini labo liwubuthi bamakhanka nobuhlungu obunzima bamabululu.


Ngaloba ubufakazi, ngabunamathelisa, ngathatha ofakazi, ngamkala imali esikalini.


Impepho enayinyusa emizini yakwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema, nina nawoyihlo, namakhosi enu, nezikhulu zenu, nabantu bezwe, uJehova akayikhumbulanga, ayingenanga ingqondo yakhe?


UJehova wabasiphula ezweni labo ngokuthukuthela nangokufutheka nangokufutheka okukhulu wabaphonsa kwelinye izwe njenganamuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite