Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 31:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Lapho wonke u-Israyeli efika ukubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha, kumelwe ufunde lo mthetho phambi kuka-Israyeli wonke ezindlebeni zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 lapho wonke u-Israyeli efike ukubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha, wofunda lo mthetho phambi kuka-Israyeli wonke ezindlebeni zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 lapho wonke u-Israyeli eze ukubonakala phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho endaweni Yena ayoyikhetha, uyofunda lo mthetho phambi kuka-Israyeli wonke elalele.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 31:11
17 Referans Kwoze  

Inkosi yakhuphukela endlini kaJehova, namadoda onke akwaJuda nabo bonke abakhileyo eJerusalema kanye nayo, nabapristi, nabaprofethi, nabantu bonke, abancane nabakhulu, yafunda kubo, amazwi encwadi yesivumelwano eyafunyanwa endlini kaJehova.


Kodwa endaweni uJehova uNkulunkulu wenu ayakuyikhetha kuzo zonke izizwe zenu ukuba amise igama lakhe kuyo, ngisho nalapho ehlala khona kumelwe nifune, futhi niyofika lapho.


Ngokuba ngiyakuxosha izizwe phambi kwakho, ngandise umkhawulo wakho; akuyikubakho muntu oyofisa izwe lakho, uma ukhuphuka uvela phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho kathathu ngomnyaka.


Ngokuba uMose kwasendulo unabamshumayelayo emizini yonke, efundwa emasinagogeni isabatha ngamasabatha.


Kwathi sekufundiwe umlayo labaprofethi, abaphathi besinagoge bathumela kubo, besithi: Madoda, bazalwane, uba lilolizwi lokukhuthaza abantu, khulumani.


Baqhubeka bekhula ngamandla, yilowo nalowo eSiyoni ubonakala phambi kukaNkulunkulu.


Basukuma endaweni yabo, bafunda ingxenye yesine yosuku encwadini yomthetho kaJehova uNkulunkulu wabo; enye ingxenye yesine yenza isivumo sayo, yakhuleka kuJehova uNkulunkulu wabo.


Ngosuku lwesibili izinhloko zawoyise babo bonke abantu, abapristi namaLevi, zabuthana kanye no-Ezra umbhali ukuze baqonde amazwi omthetho.


Wafunda encwadini yomthetho kaNkulunkulu imihla ngemihla, kusukela osukwini lokuqala kwaze kwaba osukwini lokugcina. Bawenza umkhosi izinsuku eziyisikhombisa; kwathi ngosuku lwesishiyagalombili kwaba khona idili njengomthetho.


Kuyakuba khona indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba ahlale kuyo igama lakhe; lapho uyakuletha konke engikuyala ngakho; iminikelo yenu yokushiswa nemihlatshelo yenu, okweshumi kwenu nomnikelo wokuphakanyiswa wesandla senu nazo zonke izithembiso zenu zekhethelo enizenza kuJehova.


Kodwa endaweni uJehova ayakuyikhetha kwesinye sezizwe zakho, lapho uyakunikela ngeminikelo yakho yokushiswa, wenze khona konke engikuyala ngakho.


Izimiso, nezimiso, nomthetho, nomyalo anilobela khona, niyakukwenza ngokucophelela kuze kube phakade; futhi akumelwe nesabe abanye onkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite