Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 31:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 UMose wabayala, wathi: “Njalo ekupheleni kweminyaka eyisikhombisa ngomkhosi womnyaka wokukhululwa, ngomkhosi wamadokodo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UMose wabayala wathi: “Ngasekugcineni kweminyaka eyisikhombisa njalo, ngesikhathi esinqunyiweyo somnyaka woyekelo ngomkhosi wamadokodo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 UMose wawayala wathi: “Ekupheleni konyaka wesikhombisa, njalo ngesikhathi esinqunyiweyo sonyaka woyekelelo ngomkhosi wamadokodo,

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 31:10
5 Referans Kwoze  

Izinsuku eziyisikhombisa kumelwe nigubhe umkhosi wamadokodo ngemva kokubutha ukolweni namakhoba akho.


Inkosi yakhuphukela endlini kaJehova, namadoda onke akwaJuda nabo bonke abakhileyo eJerusalema kanye nayo, nabapristi, nabaprofethi, nabantu bonke, abancane nabakhulu, yafunda kubo, amazwi encwadi yesivumelwano eyafunyanwa endlini kaJehova.


Qaphela ukuba kungabikho umcabango omubi enhliziyweni yakho othi: Unyaka wesikhombisa, umnyaka wokukhululwa, useduze; iso lakho libe libi kumfowenu ompofu, ungamniki lutho; wabiza uJehova ngani, kube yisono senu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite