Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 30:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa izwi liseduze kakhulu nawe, emlonyeni wakho nasenhliziyweni yakho ukuba ulenze.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Cha, izwi liseduze kakhulu nawe, lisemlonyeni wakho nasenhliziyweni yakho ukuba ulenze.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kodwa, izwi liseduze kakhulu nawe, lisemlonyeni wakho nasenhliziyweni yakho ukuba ulenze.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 30:14
14 Referans Kwoze  

Wabatshala, yebo, banezimpande; bayakhula, yebo, bathele izithelo; Useduze emlonyeni wabo futhi ukude nezinso zabo.


Ngokuba uma benikholwa nguMose, beniyakukholwa yimi, ngokuba yena waloba ngami.


Akusibo bonke abathi kimi: Nkosi, Nkosi, abayakungena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini.


Futhi lapho lokhu kwenzeka, bheka, kuyofika, khona-ke bayokwazi ukuthi kwakukhona umprofethi phakathi kwabo.


Beza kuwe njengokuza kwabantu, bahlale phambi kwakho njengabantu bami, bezwe amazwi akho, kepha bangawenzi; ngoba ngomlomo wabo batshengisa uthando olukhulu, kodwa inhliziyo yabo ilandela ukuhaha kwabo.


Kepha bona, noma befuna ukuzwa, noma bevuma, ngokuba bayindlu ehlubukayo, bayokwazi ukuthi kwakukhona umprofethi phakathi kwabo.


Madoda, bazalwane, bantwana bozalo lukaAbrahama, labo phakathi kwenu abamesabayo uNkulunkulu, ilizwi lale nsindiso lithunyelwe kini.


Futhi awuphesheya kolwandle ukuba nithi: ‘Ngubani oyakusiwela ulwandle asilethele wona, ukuze siwuzwe, siwenze, na?’


Bheka, ngibekile namuhla phambi kwakho ukuphila nokuhle, nokufa nokubi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite