Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 29:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Senifikile kule ndawo, uSihoni inkosi yaseHeshiboni no-Ogi inkosi yaseBashani baphuma ukulwa nathi, sabahlula;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Ekufikeni kwenu kule ndawo uSihoni inkosi yaseHeshiboni no-Ogi inkosi yaseBashani basiphumela ukulwa, sabanqoba,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 “Ekufikeni kwenu kule ndawo uSihoni, inkosi yaseHeshibhoni no-Ogi, inkosi yaseBhashani, baphuma bazolwa nathi, kodwa sabanqoba.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 29:7
10 Referans Kwoze  

Sukumani, nihambe, niwele umfula i-Arinoni; bhekani, ngiyakunikela uSihoni umAmori, inkosi yaseHeshiboni, nezwe lakhe esandleni senu; qala ukulidla futhi ulwe naye empini.


uJehova wakhuluma kimi, wathi:


UJehova uNkulunkulu wethu wamnikela phambi kwethu; futhi samnqoba yena namadodana akhe nabo bonke abantu bakhe.


Leli zwe esalidla ngaleso sikhathi, kusukela e-Aroweri engasemfuleni i-Arinoni, nengxenye yezintaba zakwaGileyadi nemizi yalo ngalinika abakwaRubeni nabakwaGadi.


Enye insali yakwaGileyadi, nalo lonke iBashani elalingumbuso ka-Ogi, nganika ingxenye yesizwe sakwaManase; sonke isifunda sase-Arigobi, nalo lonke iBashani, elalibizwa ngokuthi izwe lamaRefa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite