Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 29:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Wabona izinengiso zabo nezithombe zabo, zokhuni, netshe, nesiliva, negolide, ziphakathi kwabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 nizibonile izinengiso zazo, nezithombe zazo, imithi, namatshe, nesiliva, negolide, okwakuphakathi kwazo

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 nizibonile izinengiso zazo, nezithombe zazo, zemithi, amatshe, isiliva, negolide, okwakuphakathi kwazo

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 29:17
6 Referans Kwoze  

UJehova uyakukuyisa wena nenkosi yakho oyakuyibeka phezu kwakho esizweni obungasazi wena nawoyihlo; lapho niyokhonza abanye onkulunkulu, imithi namatshe.


Ningangenzeli onkulunkulu besiliva, ningazenzeli onkulunkulu begolide.


Kumelwe nikhonze lapho onkulunkulu, umsebenzi wezandla zomuntu, imithi namatshe, abangaboni, abangezwa, abangadli, abangahogi.


“Ngokuba niyazi ukuthi sahlala kanjani ezweni laseGibithe, nokuthi sadabula izizwe enadabula kuzo;


Njengokwezenzo zezwe laseGibithe enahlala kulo, aniyikwenza; futhi ningenzi njengokwenza kwezwe laseKhanani enginiyisa kulo; futhi aniyikuhamba ngezimiso zabo.


Xwayani ukuba inhliziyo yenu ingakhohliswa, niphambuke, nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite