Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 28:57 - Contemporary Zulu Bible 2024

57 Nomncane wakhe ophumela phakathi kwezinyawo zakhe, nabantwana bakhe abayakubazala; ngoba iyobadla ngasese ngokuswela kwakho konke ekuvinjezelweni nasekucindezelweni isitha sakho esiyakukucindezela ngakho emasangweni akho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

57 nakumzanyama wakhe ophuma phakathi kwezinyawo zakhe, nakubantwana bakhe ayakubazala, ngokuba uyakubadla ngasese ekusweleni kwakhe ekuvinjezelweni nasekuxinekeni eziyakukuxina ngakho izitha zakho kuwo onke amasango akho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

57 umzanyana ophuma phakathi kwemilenze yakhe, nabantwana bakhe ayokubazala, ngokuba uyakubadla ngasese ngenxa yokuswela kwakhe lapho evinjezelwe, exinwe yizitha zakhe kuwo wonke amasango akho.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 28:57
6 Referans Kwoze  

Owesifazane angamkhohlwa yini umntanakhe osancela, angayihawukeli indodana yesizalo sakhe? yebo, bangakhohlwa, kepha mina angiyikukukhohlwa wena.


Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nomniki-mthetho phakathi kwezinyawo zakhe aze afike uShilo; futhi kuyakuba kuye ukubuthwa kwabantu.


Uyakudla isithelo sesisu sakho, inyama yamadodana akho namadodakazi akho uJehova uNkulunkulu wakho akunike wona, ekuvinjezelweni nasekucindezelekeni izitha zakho eziyakukucindezela ngakho.


Inkosi yasisithi kuye: Ulani? Wathi: “Lo wesifazane wathi kimi: ‘Letha indodana yakho ukuba siyidle namuhla, futhi kusasa sizodla indodana yami.’


Sayipheka indodana yami, sayidla; ngangomuso ngathi kuye: Letha indodana yakho ukuba siyidle; wayifihla indodana yakhe.


Izandla zabesifazane abanomusa zaphuzisa abantwana babo; babe ngukudla kwabo ekubhujisweni kwendodakazi yabantu bami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite