Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 28:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ungaphambuki kunoma yiliphi lamazwi engikuyala ngawo namuhla, uye kwesokunene noma ngakwesokhohlo, ukulandela abanye onkulunkulu ukuba ubakhonze.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 nalapho ungaphambuki nakulo elilodwa lamazwi engikuyala ngawo namuhla ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo ukulandela abanye onkulunkulu ukuba ubakhonze.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Ungaphambuki kuwo wonke amazwi engikuyala ngawo namuhla, uye ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, ulandele abanye onkulunkulu, ubakhonze.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 28:14
9 Referans Kwoze  

Izindlebe zakho ziyakuzwa izwi emva kwakho lithi: Nansi indlela, hambani ngayo, lapho niphambuka ngakwesokunene, nalapho niphambuka ngakwesokhohlo.


Ngakho lizakwenza lokunanzelela njengokukulaya kukaJehova uNkulunkulu wakho: lingaphambukeli ngakwesokunene loba kwesokhohlo.


Xwayani ukuba inhliziyo yenu ingakhohliswa, niphambuke, nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo;


Wenza okulungile emehlweni kaJehova, wahamba ngezindlela zonke zikaDavide uyise, akaphambukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.


Yibani nesibindi kakhulu nigcine, nenze konke okulotshwe encwadini yomthetho kaMose, ukuze ningaphambuki kuyo niye kwesokunene noma ngakwesokhohlo;


Qina kuphela, ube nesibindi kakhulu, ukuze wenze ngokucophelela ngokomthetho wonke uMose, inceku yami, akuyala ngawo: ungaphambuki kuwo uye kwesokunene noma ngakwesokhohlo, ukuze ube nempumelelo nomaphi lapho uya khona.


Senze okubi kakhulu kuwe, asigcinanga imiyalo, nezimiso, nezahlulelo, owayala ngakho inceku yakho uMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite