Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 25:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Izibulo alizalayo kumelwe liphumelele egameni lomfowabo ofileyo, ukuze igama lakhe lingacinywa kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kuyakuthi izibulo alizalayo lilandele egameni lomfowabo ofileyo ukuba igama lakhe lingesulwa kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Kuyothi izibulo alizalayo lime egameni lomfowabo ofileyo ukuze igama lakhe lingesulwa kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 25:6
10 Referans Kwoze  

Uyise nonina bayakumbamba, bamkhiphele kumalunga omuzi wakubo nasesangweni lendawo yakhe yokuhlala;


Inzalo yakhe mayinqunywe; igama labo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.


Ukhuzile abezizwe, wababhubhisa ababi, igama labo walesula kuze kube phakade naphakade.


UJehova akayikumhawukela, kepha lapho intukuthelo kaJehova nokushisekela kwakhe kuyakushunqa kulowo muntu, zibe phezu kwakhe zonke iziqalekiso ezilotshwe kule ncwadi, uJehova alibize igama lakhe phansi kwezulu, azesule.


Mangime, ngibabhubhise, ngesule igama labo phansi kwezulu; ngiyakukwenza ube yisizwe esinamandla nesikhulu kunabo.


Wayesethi uJuda ku-Onani: “Ngena nomkamfowenu, umthathe, umzalele umfowenu inzalo.”


U-Onani wayesekwazi ukuthi inzalo ayiyikuba ngeyakhe; wathi engena kumkamfowabo, wathela emhlabathini ukuba angamniki umfowabo nzalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite