Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 25:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngoba bonke abenza izinto ezinjalo labo bonke abenza okubi bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba bonke abenza kanjalo, bonke abenza ukungalungi, bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ngokuba bonke abenza kanjalo, bonke abenza ukungalungi, bayisinengiso kuSimakade uNkulunkulu wakho.”

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 25:16
10 Referans Kwoze  

Isikali esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova, kepha isisindo esihle siyintokozo yakhe.


Akuyikungena kuwo lutho olungcolileyo, nawo wonke amanyala namanga, kuphela abalotshiweyo encwadini yokuphila yeWundlu.


Owesifazane angagqoki okwendoda, nendoda ayiyigqoki ingubo yowesifazane; ngokuba bonke abenza lokhu bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.


ukuze kungabi khona oweqa umfowabo kunoma iyiphi indaba, ngokuba iNkosi ingumphindiseli wakho konke lokho, njengalokho sanixwayisa futhi safakaza.


Ngokuba bonke abenza lezi zinto bayisinengiso kuJehova; futhi ngenxa yalezi zinengiso uJehova uNkulunkulu wakho uyazixosha phambi kwakho.


Izisindo eziyizinye ziyisinengiso kuJehova; nebhalansi yamanga ayilungile.


Khumbula lokho u-Amaleki akwenza kuwe endleleni ekuphumeni kwenu eGibithe;


Isekhona yini ingcebo yobubi endlini yomubi, nesilinganiso esincane esinengekayo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite