Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 24:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khumbula lokho uJehova uNkulunkulu wakho akwenza kuMiriyamu endleleni ngemva kokuphuma kwenu eGibhithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Khumbula akwenzayo uJehova uNkulunkulu wakho kuMiriyamu endleleni ekuphumeni kwenu eGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Khumbula lokho uSimakade uNkulunkulu wakho akwenza kuMiriyamu endleleni lapho niphuma eGibhithe.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 24:9
7 Referans Kwoze  

Kepha zonke lezo zinto zabehlela bona kube yizibonelo, kulotshiwe ukuba kube yisiyalo sethu, esesifikelwe ukuphela kwezwe.


Lezizinto zaba yizibonelo kithi, ukuze singafisi okubi, njengalokhu bona bafisa.


Kwakukhona amadoda amane anochoko ngasemnyango wesango, athi omunye komunye: “Sihlaleleni lapha size sife na?


Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu bonke abantu abanochoko, nabo bonke abacucuzayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite