UDuteronomi 23:23 - Contemporary Zulu Bible 202423 Okuphumile emlonyeni wakho, kugcine, ukwenze; yebo, umnikelo wesihle, njengalokho ufunge isithembiso sakho kuJehova uNkulunkulu wakho, owasethembisa ngomlomo wakho. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Lokho okuphume emlonyeni wakho uyakukugcina, ukwenze, njengokwethembisa kwakho uJehova uNkulunkulu wakho isithembiso sesihle owasethembisa ngomlomo wakho. Gade chapit laIsiZulu 202023 Amazwi omlomo wakho uyakuwagcina, uyoqikelela ukuba wenze njengalokhu wethembisile kuSimakade uNkulunkulu wakho, isithembiso osenze ukhululekile futhi ungaphoqiwe, wasiphumisela ngomlomo wakho. Gade chapit la |
Kodwa konke okuphuma emlonyeni wethu siyakukwenza nokushunqisela inkosikazi yezulu umusi, siyithululele iminikelo yokuphuzwa, njengalokho senzile, thina nawobaba, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini. KwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema; ngokuba sasinokuningi ukudla ngaleso sikhathi, sasiphilile, asibonanga bubi.