UDuteronomi 23:20 - Contemporary Zulu Bible 202420 Ungaziboleka umfokazi ngenzalo; kepha ungatsheleki umfowenu ngenzalo, ukuze uJehova uNkulunkulu wakho akubusise kukho konke obeka kukho isandla sakho kukho ezweni oya kulo ukulidla. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Umfokazi ungamtsheleka ngenzalo, kepha umfowenu awuyikumtsheleka ngenzalo ukuba uJehova uNkulunkulu wakho akubusise kukho konke obeka isandla sakho kukho ezweni ongena kulo ukulidla. Gade chapit laIsiZulu 202020 Umfokazi ungamtsheleka bese ufuna inzalo, kodwa umfowenu awuyukumtsheleka bese ufuna inzalo ukuze uSimakade uNkulunkulu wakho akubusise kukho konke obeka kukho isandla sakho ezweni ongena kulo, ukulidla. Gade chapit la |