Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 20:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 “Ngumuphi lowo otshale isivini kodwa engakasidli na? naye makahambe, abuyele endlini yakhe, funa afele empini, adle omunye umuntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngumuphi umuntu otshalile isivini engadlanga izithelo zaso na? Makahambe, abuyele endlini yakhe, funa afele empini, omunye umuntu asidle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Iyiphi indoda etshale isivini engakazidli izithelo zaso, na? Mayihambe, ibuyele endlini yayo, funa ifele empini, bese enye indoda isidla.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 20:6
8 Referans Kwoze  

Ngalokho impahla yabo iyakuba yimpango, nezindlu zabo zibe yihlane; bayakwakha izindlu, kepha bangahlali kuzo; bayakutshala izivini, kepha bangaphuzi iwayini lazo.


Usazotshala izivini ezintabeni zaseSamariya; abatshali bazotshala futhi bazidle njengezinto ezijwayelekile.


Abayikwakha, bahlale kwelinye; abayikutshala, badle esinye, ngokuba njengezinsuku zomuthi ziyakuba njalo izinsuku zabantu bami, nabakhethiweyo bami bayakuthokozela umsebenzi wezandla zabo.


Ngubani ophuma impi ngezindleko zakhe na? Ngubani otshala isivini, angadli izithelo zaso, na? Ngubani owalusa umhlambi, angadli ubisi lomhlambi, na?


Izinceku ziyakukhuluma kubantu, zithi: ‘Ngumuphi umuntu owakha indlu entsha, ongayingcwelisanga? makahambe abuyele endlini yakhe, funa afe empini, omunye ayingcwelise.


Ngubani indoda egane owesifazane, ingamthatha na? makahambe abuyele endlini yakhe, funa afe empini, amthathe omunye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite