UDuteronomi 20:15 - Contemporary Zulu Bible 202415 Niyakwenza kanjena ngayo yonke imizi ekude kakhulu nani, engekho phakathi kwemizi yalezi zizwe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Uyakwenze njalo kuyo yonke imizi ekude kakhulu nawe, engesiyo imizi yalezi zizwe. Gade chapit laIsiZulu 202015 Uyokwenza kanjalo kuyo yonke imizi ekude nawe, engesiyo imizi yalezi zizwe. Gade chapit la |
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Ngokuba zatshelwa nokutshelwa ezincekwini zakho ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho wayala inceku yakhe uMose ukuba aninike izwe lonke, abhubhise bonke abakhileyo ezweni phambi kwenu, ngalokho sahlupheka kakhulu, sesaba kakhulu. Ukuphila kwethu ngenxa yenu, futhi senza le nto.