Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 2:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 USihoni wayesephuma wasihlangabeza, yena nabo bonke abantu bakhe, ukulwa eJahazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 “USihoni waphuma wasihlasela, yena nabo bonke abantu bakhe, ukuzokulwa eJahasi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 “USihoni waphuma, yena nabo bonke abantu bakhe, ukuzobhekana nathi, alwe nathi eJahazi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 2:32
10 Referans Kwoze  

USihoni inkosi yama-Amori, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


uSihoni, inkosi yama-Amori, no-Ogi, inkosi yaseBashani, nemibuso yonke yaseKhanani;


Mina ngingowokuthula, kepha lapho ngikhuluma, bona babe ngezokulwa.


Ngaphezu kwalokho, wabapha imibuso nezizwe, wabahlukanisela emagumbini, badla izwe likaSihoni, nezwe lenkosi yaseHeshiboni, nezwe lika-Ogi inkosi yaseBashani.


UJehova wathi kimi: “Bheka, sengiqalile ukunikela uSihoni nezwe lakhe phambi kwakho; qalani ukulidla, ukuze lidle ilifa lelizwe lakhe.


UJehova uNkulunkulu wethu wamnikela phambi kwethu; futhi samnqoba yena namadodana akhe nabo bonke abantu bakhe.


Sase siphenduka, sakhuphukela eBashani; u-Ogi inkosi yaseBashani waphuma wasihlangabeza, yena nabo bonke abantu bakhe, ukulwa e-Edireyi.


Lawa angamakhosi ezwe anqoba abantwana bakwa-Israyeli, adla izwe labo ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, kusukela emfuleni i-Arinoni kuze kufike entabeni yaseHermoni nasethafeni lonke ngasempumalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite