UDuteronomi 19:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Ukuze umphindiseli wegazi angaxoshi umbulali inhliziyo yakhe isavutha, amthole, ngokuba yinde indlela, ambulale; kanti ubengafanele ukufa, ngokuba wayengamzondanga ngaphambili. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 funa umphindiseli wegazi amxoshe umbulali isashisa inhliziyo yakhe, amfice, ngokuba indlela inde, amshaye aze afe, noma ebengafanele ukufa, lokhu ebekade engamzondi. Gade chapit laIsiZulu 20206 Kungenzeka umphindiseli wegazi amlandele umbulali esagcwele intukuthelo enhliziyweni yakhe, amfice, ngoba umuzi ukude, amshaye aze afe, noma ebengafanele ukufa, lokhu ebengazange amzonde phambilini. Gade chapit la |