Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 17:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngomlomo wawofakazi ababili noma kofakazi abathathu, lowo ofanele ukufa makabulawe; kodwa ngomlomo wofakazi oyedwa kayikubulawa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngomlomo wawofakazi ababili noma ngowawofakazi abathathu uyakubulawa lowo ofanele ukufa; ngomlomo wofakazi munye akayikubulawa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngobufakazi bofakazi ababili noma abathathu lowo ofanele ukufa, uyakubulawa. Kodwa ngobufakazi bomuntu oyedwa, akayukubulawa.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 17:6
8 Referans Kwoze  

Loba ngubani obulala umuntu, umbulali kumele abulawe ngomlomo wabofakazi; kepha ufakazi oyedwa akayikufakaza ngomuntu ukuba afe.


Odelele umthetho kaMose wafa engenasihawu ngofakazi ababili noma abathathu;


Ungalamukeli ukumangalelwa ngelunga, ngaphandle kofakazi ababili noma abathathu.


Kodwa uma engakulaleli, thatha kanye nawe oyedwa noma ababili, ukuze ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi aqiniswe.


Ufakazi oyedwa akayikuma ngomuntu ngobubi noma ngesono kunoma yisiphi isono one ngaso; ngomlomo wawofakazi ababili noma ngomlomo wawofakazi abathathu indaba iyakuqiniswa.


Sekungokwesithathu ngiza kini. Ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi ayakuqiniswa.


Umthetho wethu uyamgweba yini umuntu, ungakamuzwa, wazi akwenzayo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite