Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 17:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwatshelwa, wakuzwa, wabuzisisa, bheka, kuyiqiniso, nendaba iqinisekile ukuthi isinengiso esinjalo senziwa kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 besewubikelwa khona, ukuzwe, wokubuzisisa; bheka, uma kuqinisile, leyo nto iqinisekile yokuthi isinengiso esinjalo senziwe kwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 bese ubikelwa ngakho, uzwe, ubuzisise ngakho, uthole ukuthi kuyiqiniso, leyo nto enjalo eyisinengiso yenziwe kwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 17:4
8 Referans Kwoze  

Umthetho wethu uyamgweba yini umuntu, ungakamuzwa, wazi akwenzayo na?


Futhi abahluleli kufanele babuze ngokucophelela; bheka, uma ufakazi engufakazi wamanga, efakaze amanga ngomfowabo;


Kuludumo lukaNkulunkulu ukufihla into, kodwa udumo lwamakhosi luwukuhlola indaba.


Wahamba wakhonza abanye onkulunkulu, wabakhothamela, ilanga nenyanga noma ibutho lasezulwini engingazange ngibayale ngakho;


Uyakumkhiphela phandle leyo ndoda noma lowo wesifazane owenze lokho okubi emasangweni akho, leyo ndoda noma lowo wesifazane, umkhande ngamatshe, baze bafe.


Kodwa uma le nto iyiqiniso futhi izimpawu zobuntombi zingatholakali entombazaneni:


Kumelwe ubulale abakhileyo kulowo muzi ngosiko lwenkemba, uwushaye ngesiqalekiso, nakho konke okukuwo, nemfuyo yawo, ngosiko lwenkemba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite