UDuteronomi 17:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Kumelwe wenze ngokuvumelana nesigwebo abayoninikeza sona endaweni uJehova ayoyikhetha; futhi kumelwe wenze ngokucophelela ngokuvumelana nakho konke abakutshela khona. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 wenze njengezwi lesinqumo abayakukwazisa lona kuleyo ndawo ayakuyikhetha uJehova, uqaphele ukwenza njengakho konke abakufundisa khona; Gade chapit laIsiZulu 202010 Ubokwenza njengalokhu benqumile, wenze lokho abayokutshela khona kuleyo ndawo uSimakade ayoyikhetha, uqaphele ukukwenza konke lokho abakufundisa khona. Gade chapit la |