Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 15:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 ngaphandle kokuthi kungabikho ompofu phakathi kwenu; ngokuba uJehova uyakukubusisa kakhulu ezweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakukunika lona libe yifa lakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nokho ngabe kungabikho abampofu kuwe, ngokuba uJehova uyakukubusisa nokukubusisa ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho ukuba ulidle,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngaleyo ndlela akuyukuba bikho ontulayo phakathi kwenu. USimakade uNkulunkulu wenu impela uyonibusisa ezweni aninika lona ukuba nilidle, libe yifa lenu,

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 15:4
10 Referans Kwoze  

Opha abampofu kayikuswela; kepha ovala amehlo akhe uyakuba neziqalekiso eziningi.


UJehova uyakukwenza ube nokuchichima kokuhle, esithelweni sesisu sakho, nasesithelweni sezinkomo zakho, nasesithelweni sezwe lakho, ezweni uJehova alifungela oyihlo ukukunika lona.


UmLevi (ngokuba akanasabelo nafa nawe), nomfokazi nentandane nomfelokazi abasemasangweni akho, bayakuza, badle, basuthe; ukuze uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wesandla sakho owenzayo.


Odelela umakhelwane wakhe uyona; kepha ohawukela abampofu, ubusisiwe.


Kuphela uma ulalela nokulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, wenze yonke le miyalo engikuyala ngayo namuhla.


Nganiyala ngaleso sikhathi, ngathi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uninikile leli zwe ukuba nilidle;


Ngaphezu kwalokho, uJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, wafunga ukuthi ngeke ngiwele iJordani nokuthi ngeke ngingene kulelo zwe elihle uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona njengefa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite