UDuteronomi 12:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Uma ikude nawe indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayikhethile ukuba abeke igama lakhe kuyo, uyakuhlaba izinkomo zakho nezimvu zakho uJehova akunike zona, njengalokho ngakuyala, udle emasangweni akho konke. Lokho umphefumulo wakho okufisayo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Uma indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba abeke kuyo igama lakhe ikude nawe, uyakuhlaba emhlambini wakho nasezimvini zakho akunike khona uJehova, njengalokho ngakuyala, udle phakathi kwamasango akho njengesifiso somphefumulo wakho. Gade chapit laIsiZulu 202021 Uma indawo uSimakade uNkulunkulu wenu ayikhetha ukuba abeke kuyo igama lakhe ikude nani, niyohlaba emhlanjini wenu nasezimvini zenu aniphe zona uSimakade, njengalokhu nganiyala, niyokudla lokho phakathi kwamasango enu njengokufisa kwenhliziyo yenu. Gade chapit la |
Inkosi uRehobowamu yaziqinisa eJerusalema, yabusa; ngokuba uRehobowamu wayeneminyaka engamashumi amane nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesikhombisa eJerusalema, umuzi uJehova awukhethile ezizweni zonke zakwa-Israyeli ukuba awumise. Igama lakhe lapho. Igama likanina lalinguNahama wakwa-Amoni.
URehobowamu indodana kaSolomoni wabusa kwaJuda. URehobowamu wayeneminyaka engamashumi amane nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesikhombisa eJerusalema, umuzi uJehova awukhethile ezizweni zonke zakwa-Israyeli ukuba amise khona igama lakhe. Igama likanina lalinguNahama wakwa-Amoni.