Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 12:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kuphela lingadli igazi; njengamanzi kumelwe uwathululele emhlabeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kuphela igazi aniyikulidla; uyakulithulula emhlabeni njengamanzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Igazi kuphela eningayikulidla, kodwa niyakulichitha emhlabathini njengamanzi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 12:16
15 Referans Kwoze  

Kepha inyama enomphefumulo wayo, okuyigazi layo, aniyikuyidla.


Kuphela igazi layo aniyikulidla; kumelwe uwathele emhlabathini njengamanzi.


ukuba nizile okuhlatshelwe izithombe, negazi, nokuqumbeleneyo, nobufebe; uma nizilinda kukho, nenza kahle. Nisale kahle.


Ngoba sonke isidalwa sikaNkulunkulu sihle, kakulahlwa lutho, uba samukelwe ngokubonga;


kodwa sibabhalele ukuthi bayeke amanyala ezithombe, lobufebe, lokukhanyiweyo, legazi.


Kumelwe ukudle emasangweni akho; ongcolile nohlambulukileyo bayakukudla ngokufanayo, njengenkemane nanjengendluzele.


Abantu bandiza phezu kwempango, bathatha izimvu, nezinkomo, namathole, bakushaya phansi, abantu bakudla kanye negazi.


Base bemtshela uSawule lokho, bathi: “Bheka, abantu bayona kuJehova ngokudla igazi.” Wathi: “Nenile; gingqela itshe elikhulu kimi namuhla.


Ngokuba igazi lawo likuwo; wayibeka esiqongweni sedwala; akaliphonsanga phansi ukuze alisibekele ngothuli;


Ngakho-ke yithi kubo: Itsho njalo iNkosi uJehova; Nidla okunegazi, niphakamisele amehlo enu ezithombeni zenu, nichitha igazi; futhi niyakudla ifa lezwe na?


Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu kuzo zonke izindawo zenu zokuhlala, ukuthi ningadli amanoni nagazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite