Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 11:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Isibusiso, uma nilalela imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu enginiyala ngayo namuhla:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 isibusiso, uma niyilalela imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu enginiyala ngayo namuhla,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Isibusiso, uma niyilalela imiyalo kaSimakade uNkulunkulu wenu enginiyala ngayo namuhla.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 11:27
14 Referans Kwoze  

Uma nivuma, nilalela, niyakudla okuhle kwezwe;


Tshela olungileyo ukuthi kuzakuba kuhle kuye, ngoba bazadla izithelo zezenzo zabo.


Kodwa yena wathi: Yebo kodwa kakhulu babusisiwe abalizwayo ilizwi likaNkulunkulu, baligcine.


Uma nazi lezizinto, nibusisiwe uma nizenza.


Kulabo abathi ngokubekezela ekwenzeni okuhle badinga inkazimulo lodumo lokungabhubhi, impilo elaphakade;


Futhi, inceku yakho iyaxwayiswa yizo, futhi ukuzigcina kukhona umvuzo omkhulu.


Kepha obheka emthethweni opheleleyo wenkululeko, aqhubeke kuwo, engesiye ozwayo okhohlwayo, kodwa umenzi womsebenzi, lowo uyakuba-busisiwe ekwenzeni kwakhe.


Babusisiwe abagcina imiyalo yakhe, ukuze babe negunya emthini wokuphila, futhi bangene emzini ngamasango.


Engayala ngakho oyihlo mhla ngibakhipha ezweni laseGibithe, esithandweni sensimbi, ngathi: Lalelani izwi lami, nenze njengokuniyala kwami; kanjalo niyakuba yisizwe sami, mina ngibe nguNkulunkulu wenu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite